LIHLEHLISELWE uJanuwari 21 ngonyaka ozayo icala elibhekane nabane abasolwa ngezenzo zobushokobezi. Laba abane, oHarry Johannes Knoesen, Eric Abrams, Errol Abrams noNkk Riana Heymans, bavele okokuqala eNkantolo yaseMiddelburg izolo. O-Ebrams abandawonye. Laba abane babhekene necala...
OWAYEYISILOMO soKhozi FM, uMazweni Joe Hudla, uthi usezibambele mathupha ekuluseni izinkomo zakhe ekhaya njengoba engasekho emsakazweni. UJoe, owazakhela udumo ngokusakaza imidlalo yebhola emsakazweni nakwithelevishini, uthathe umhlalaphansi ngo-2018 emuva kokusebenza kwa-SABC iminyaka...
SIDUVE emakhazeni phesheya kwezilwandle eGreece isidumbu sikaNksz Sarah Masango, waKwaNdebele, eMpumalanga, oshonele esibhedlela ngoNovemba 14 nonyaka, enesifo sofuba. Umndeni wakhe kumele ukhokhe R71 000, ukuze isidumbu sakhe sibuyiswe kuleli. UMnyango wezangaPhandle uthe ngeke ukwazi...
NAMHLANJE lizocela ibheyili ikhansela elisolwa ngokubulala amabhungu amabili eVelani, KwaDukuza, emasontweni amabili edlule. Izolo livele namadoda amathathu elisolwa nawo eNkantolo yeMantshi eMhlali. Icala lahlehliselwa namuhla. Ikhansela, usomabhizinisi nendodana yakhe nelungu...
USHAQEKILE umndeni kuboshwa umakoti neshende elisolwa ngokuba yinkabi ecaleni lokubulawa komkhwenyana, owadutshulwa esemzini wabo KwaGqikazi, oLundi, ngo-Agasti nonyaka. Laba ababili ezibakhalele belele ndawonye KwaMashu eThekwini ngezintatha zangoLwesihlanu, bavele enkantolo yemantshi...
ZIYALELWE ukuba zehlise intengo ye-data noma zishushiswe izinkampani ezinkulu zakuleli iMTN noVodacom ezinqunyelwe okatini yiKhomishini yokuNcintisana kuleli. Le khomishini iyalele lezi zinkampani ukuthi zinciphise intengo yazo ye-data zingakapheli izinyanga ezimbili noma zibhekane...
The official fuel price adjustment is expected to be announced by the Department of Energy soon. The Automobile Association says motorists can expect a mixed bag of fuel prices this month with petrol due to be hiked and diesel prices to decrease on Wednesday. The official fuel price...
Search Results Weather result Pietermaritzburg Monday 12:00 Mostly Sunny Mostly Sunny 3422 Tue Rain 2811 Wed Cloudy 1812 Thu Cloudy 2113 Fri Scattered Showers 2616 Sat Scattered Thunderstorms 2916 Sun Rain 2214 Mon Showers
UHLULEKE ukuzibamba encoma izinga labadlali beKaizer Chiefs yize eshaywe kabuhlungu umqeqeshi weStellenbosch uSteve Barker. UBarker usale edangele ebhentshini ngenkathi ebuka ezakhe zicoboshiswa yiChiefs ngo 4-0 kwi-Absa Premiership eCape Town Stadium ngoLwesithathu ebusuku. IStellies...
KAZIFINYELELANGA emaphethelweni izingxoxo ngenkontileka kaMolefi Ntseki ongumqeqeshi weBafana Bafana emhlanganweni obuphakathi kwalo mqeqeshi neSouth African Football Association (Safa). UGay Mokoena oyibamba lesikhulu esiphezulu kwiSafa, utshele leli phephandaba ukuthi uhambe kahle...
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuleli uMnuz Bheki Cele izolo uthe alikho iphoyisa lakuleli elizoya ekhefini ngesikhathi sikaKhisimusi. UCele ubekhuluma nabezindaba ngodaba oluthinta owayengukaputeni weBafana Bafana uSenzo Meyiwa, nangodaba loshwele wokulethwa kwezibhamu. Abantu abaningi...
IMEYA yaseThekwini uMnuz Mxolisi Kaunda yeluleke amadoda ukuthi ahlukane nokukipita kodwa aganwe, abe namakhosikazi aqondile ukuze akhe imindeni efudumele enesisekelo. UKaunda ukusho lokhu ngesikhathi umasipala weTheku uqhuba umkhankanso wezinsuku ezingu-16 wokulwa nokuhlukunyezwa...
KUXOSHWE isilomo somlingisi woZalo, uSibonile Ngubane, odlala indawo kaKhathazamanyamadoda Khanyile, kwaqashwa omunye umlingisi esikhundleni saso, ozodlala indawo ecishe ifane neyakhe. UNgubane ubedlala indawo kasomabhizinisi kulo mdlalo obukelwa yizinkumbi zabantu, kusukela...
BAWOTHA ubomvu abazali ngabakubize ngokuphambaniselwa kwezingane zabo yisangoma (15) esinyamalale nazo izinsuku ezintathu bengazi ukuthi zikuphi. Ngokusho kwabo, izingane zitholakale sezinolaka futhizi bonakala sengathi sezilahlekelwa wumqondo, zisabisa ngokubulala amafasitela emakhaya...
Thu Rain 21°13° Fri Scattered Showers 19°13° Sat Rain 21°14° Sun Thunderstorm 24°16° Mon Scattered Thunderstorms 27°18° Tue Thunderstorm 29°17° Wed Thunderstorm 23°14° Thu Thunderstorm 19°13°
Absa Premiership Fixtures Fri, 8 Nov 2019 All times are shown in your local time. Bidvest Stadium Bidvest Wits 20:00 SuperSport United Harry Gwala Stadium Maritzburg United 20:00 Bloemfontein Celtic Sat, 9 Nov 2019 Cape Town Stadium Stellenbosch 15:30 Highlands Park FNB...
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuzwelonke uGeneral Bheki Cele uthi wenelisekile indlela okuqhubeka ngayo uphenyo lwamaphoysa mayelana necala lokudutshulwa kubulawe owayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana uSenzo Meyiwa. UMeyiwa wabulawelwa emzini wakubo kaKelly Khumalo, anengane...
UHLEKA yedwa umqeqeshi wamaZulu uJosef Vukusic njengoba ezakhe sezisukile ngasemsileni kwiligi emuva kokushaya iStellenbosch. AmaZulu ashaye omakoti iStellenbosch ngo 2-0 emdlalweni we-Absa Premiership obusePrincess Magogo Stadium izolo ebusuku. Umgadli waMazulu uBonginkosi Ntuli...
KUFANELE ukuthi abathandi bombhoxo baseThekwini namaphethelo abasakwazi ukulinda uLwesihlanu (Novemba 8) okuwusuku lapho amaqhawe esizwe, amaBhokobhoko, ezobe evakashele kuleli dolobha ukuzokhangisa ngendebe bese ebonga ukwesekwa ngesikhathi eseJapan. Kusukela uSiyamthanda Kolisi equkule...
KULIMALE abantu ababalelwa ku-15 ngenkathi kudilika ibhilidi emgwaqeni uWarwick Avenue maphakathi nedolobha iTheku, ngoLwesine emini. Amalungu omphakathi abegcwele ngaphandle kwe-salon, iButunga Foundation, eyakhele eceleni kwesitolo uKFC. Umsebenzi wakulesi sitolo osinde ngokulambisa...
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele uphumele obala waveza ukuthi akanaso isiqiniseko ngokuthi likuphi idokodo lecala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa. Engxoxweni nesiteshi sezindaba i-eNCA ngoLwesithathu uCele uvumile ukuthi kunokudideka ngokuthi likuphi idokodo lecala lokubulawa...
UTHUKUTHELE uyaveva uNgqongqoshe wezokuThutha nokuPhepha KwaZulu-Natal, uMnuz Bheki Ntuli, emuva kwesigameko sokubulawa kwephoyisa, elinye lalimala ngesikhathi kade eyofuna izigebengu ezithinteka emacaleni okubulawa kosomatekisi eNsuze. Amaphoyisa amabili asebenza ophikweni lwezobuNhloli...
USHAQEKILE umphakathi waseBilanyoni, eDumbe, emuva kokudutshulwa kukathisha eyongena esikoleni afundisa kuso ngowesilisa okuthiwa wayeyisoka ebelingafuni ukwaliwa. Isolezwe lithole ukuthi uthisha (35) udutshulwe ngehora lesikhombisa ngoMsombuluko ekuseni eyongena emasangweni aseMseni...
isambulo.myl2mr.com MIdday WORSHIP SONGS 2019
Fri Partly Cloudy 27°16° Sat Scattered Thunderstorms 31°14° Sun Scattered Showers 26°15° Mon Showers 20°14° Tue Scattered Thunderstorms 26°17° Wed Scattered Thunderstorms 31°17° Thu Scattered Thunderstorms 29°16°
Rugby World Cup Fixtures Friday, 1 November 2019 All times are shown in your local time. Bronze Final Tokyo Stadium New Zealand 11:00 Wales Saturday, 2 November 2019 Final International Stadium Yokohama England 11:00 South Africa LOAD MORE
Telkom Knockout Fixtures Fri, 1 Nov 2019 All times are shown in your local time. Harry Gwala Stadium Maritzburg United 20:00 Highlands Park Sat, 2 Nov 2019 Moses Mabhida Stadium Kaizer Chiefs 15:00 Orlando Pirates Mbombela Stadium SuperSport United 20:15 Golden...
KUTHOLANE phezulu amaphoyisa nabokufika ngesikhathi amaphoyisa ezama ukuhlakaza isixuku sabokufika abebeqube ngaphandle kwebhilidi iWaldorf eKapa ngoLwesithathu. Cishe bangu-100 ababoshiwe kulesigameko. Amaphoyisa abekule ndawo ukuzokweseka usheriff obezodlulisa isinqumo senkantolo...
OKHULUMELA i-EFF uMnuz Mbuyiseni Ndlozi ugiye ngethambo likangqongqoshe wezamaBhizinisi kaHulumeni, uMnuz Pravin Gordhan embiza ‘ngenja yongxiwa abaqhoqhobele umnotho’ ngemuva kokuchithwa yinkantolo enkulu eGoli ngoLwesine. UNdlozi ukusho lokhu ebhala ekhasini lakhe kutwitter...
AMAQEMBU aphikisayo athi ayikho into entsha eshiwo nguNgqongqoshe wezeziMali kuleli uMnuz Tito Mboweni ngesikhathi ethula isabelomali samaphakathi nonyaka ePhalamende izolo. USotswebhu we-EFF ePhalamende uMnuz Floyd Shivambu, uthe awusoze wakhula umnotho wakuleli uma kusasetshenziswa...
KUSHAYISE abaningi ngovalo ukuzamazama umhlaba eThekiwini nezindawo ezakhelene naleli dolobha KwaZulu-Natal ngoLwesine. Ngemuva kuka- 1pm ngoLwesine emini, izakhamizi ezisedolobheni iTheku namaphethelo zifudukele ezinkundleni zokuxhumana zikhuluma ngokuzamazama komhlaba okuthuse...
Owesifazane nesixazululo sikadizili omba eqolo UFUNA ibhizinisi lakhe libe yisixazululo enkingeni yokubiza kukawoyela kuleli, owesifazane othole ithuba lokucijwa kulo mkhakha. UNksz Zinhle Ngidi (30), onebhizinisi Igugu Labantu and KZN Solaris Biodiesel Project, ungomunye wabaqeqeshwa...
29 october 2019 PLS RESULTS I Orlando Pirates uphumelele ngegoli elilodwa eqandeni ishaya i Highlands Park namhlanje kusihlwa
JOHANNESBURG The Automobile Association is predicting the fuel prices are set for a slight drop across the board in November. The association on Tuesday attributed this to a decline in international oil prices. It said it was anticipating a decrease of about 18 cents for petrol...
18:0021:00 Tue Showers 21°12° Wed Scattered Showers 23°12° Thu Showers 18°13° Fri Mostly Cloudy 27°17° Sat Scattered Thunderstorms 31°13° Sun Partly Cloudy 26°14° Mon Scattered Showers 25°15° Tue Mostly Cloudy 29°17°
BAZIKHALELE bacela uxolo abalandeli bebhola abayisikhombisa abahlasela onogada, balimaza nempahla eMoses Mabhida Stadium, eThekwini ngo-Ephreli wangonyaka odlule. Impahla eyalinyazwa eMabhida ilinganiselwa ku-R2,6 million. Laba balandeli okunguJohn Khumalo, Siphosenkosi Memela,...
BASABISA ngokuduba iThe Queen ababukeli balo mdlalo okhonjiswa kuMzansi Magic abangagculisekile ngokubulawa kwendawo kaShaka ebilingiswa nguSthembiso "SK" Khoza. USthembiso ubesehlale kulo mdlalo kusukela ngo-2016 njengoba usukwisizini yawo yesine. Ngenyanga edlule abakhiqizi...
BALAHLWE elakubo abasebenzi abathathu baseShoprite KwaMashu ababingelele iMantshi yaseNtuzuma izolo emuva kokuboshelwa ukuqola amakhasimende esitolo ushintshi. Isolezwe lithole ukuthi abamangalelwa abathathu, abangakadalulwa amagama okwamanje, baboshwe ngoLwesihlanu kulandela uphenyo...
UNXUSE abantu ukuthi bamukele izinguquko ezifika nobuchwepheshe uNgqongqoshe wezokuXhumana nobuChwepheshe ngesikhathi evula ingqungquthela edingida ngezithinta lo mkhakha eThekwini izolo. UNkk Stella Ndabeni-Abrahams ubekhuluma kwiGovTech ICT ezothatha izinsuku ezintathu eNkosi Albert...
UNGQONGQOSHE wezokuMbiwa Phansi uMnuz Gwede Mantashe uchitha imibiko yokuthi wagwazela izintatheli ezimbili ukuvimba ukushicilelwa kodaba ngobudlelwane bakhe nowesifazane oveze ukuthi uwubhememe embhedeni. Odabeni oluphume kwiphephandaba langeSonto iSunday World, kuvele ukuthi...
UMCULI we-Afro-pop uKelly Khumalo uthi akasasiboni isidingo sokukhuluma ngefilimu, iDream: The Lebo Mathosa Story engomlando kaLebo Mathosa abezodlala indawo ephambili kuyona njengoba engaseyona ingxenye yayo. Uthe ukukhuluma ngayo ukubona kungukwenzela abeBET umsebenzi wokumaketha le...
Kubanjwe umoya kwaze kwaba sekugcineni kuwina amaBhokobhoko UMDLALI weWales, uLeigh Halfpenny, ebanga ibhola noFa De Klerk, weNingizimu Afrika emdlalweni owandulela owamanqamu weNdebe yoMhlaba e-International Stadium eYokohama izolo UMDLALI weWales, uLeigh Halfpenny, ebanga ibhola noFa...
...
OBENGUSOTSWEBHU we-DA ePhalamende uMnuz John Steenhuisen uqokwe ukuba ngumholi waleli qembu ePhalamende. Lokhu kudalulwe iDA izolo. Ukuphatha kukaSteenhuisen kulandela ukusula kukaMnuz Mmusi Maimane ekubeni umholi weDA, nasekubeni umholi waleli qembu ePhalamende. UMaimane waveza...
INHLANGANO yabahleli, iSouth African National Editors Forum (Sanef), isingenele odabeni lukaNgqongqoshe woMnyango wezokuMbiwa Phansi uMnuz Gwede Mantashe lokuthi uwubhememe embhedeni. I-Sanef ifuna uMantashe adalule amagama ezintatheli ezimbili zephephendaba iSunday World athe...
IME nse impilo kowesilisa waseThekwini osekuphele iminyaka eshade nonina omzalayo. UMnuz Sandile Mkhize (38) wase-Adams Mission wethuka kwaphela nasozwaneni eminyakeni emine edlule etshelwa wuMnyango wezaseKhaya ukuthi ushade nonina, uNkk Zandile Mkhize (71) ekubeni azi ukuthi unina...
AWAPHUMELI obala amaqembu ezepolitiki ngokufuna umholi osanda kwehlukana ne-DA uMnuz Mmusi Maimane njengoba abaningi bezibuza ukuthi usezokwenzani noma ayephi emuva kokwesula. UMaimane wesule isigubhukane eqenjini lakhe waphinda wasula nasesikhundleni sasePhalamende phakathi nesonto....
INYUNYANA yabasebenzi bakahulumeni iPublic Servants Association (PSA) isixwayise ihhovisi loMvikeli woMphakathi ukuthi lehlukane nokuphatha ngendlakadla abasebenzi balo, okuthiwa bayasatshiswa baphinde baxoshwe ngokungemthetho. I-PSA iphinde yanxusa iPhalamende ukuba lisheshise uphenyo...
UYABALISA unina wowayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa ngendodakazi endala kaSenzo engakaze ilithole ifa likayise selokhu abulawa eminyakeni emihlanu edlule. Ekhuluma neSolezwe ngeSonto uNkk Ntombifuthi Meyiwa (67) wakwaK eMlaza uthe usekhathele wukufela...
INDODA nowesifazane ababekwe icala lokuthumba intombazane (8) bazovela namhlanje eNkantolo yaKwaDukuza. Bobabili baboshwe bezama ukukhipha imali eyinhlengo abebeyifunile ngaphambi kokuthi bayidedele intombazane enxanxatheleni yezitolo eGateway, eThekwini. Kuthiwa indoda nowesifazane...
UKUZITHIBA ocansini esalinde ukubopha ifindo likasofasilahlane nesithandwa sakhe abesilobola, yikona okugcine kubhedisa izinto emshadweni womfundisi waseMpumalanga. UMfundisi Cedric Zulu (29) weNew Jerusalem Church kuphele izinsuku eyisishiyagalolunye eshadelwe, kwakhala idivosi,...
BANGASE basale dengwane abalaleli beziteshi zomphakathi KwaZulu-Natal njengoba sekuvele ukuthi imisakazo okukhona kuyo iZululand FM, Divine Touch Radio, Capital Radio, Siyathuthuka FM neNquthu FM ingase ivalwe. Le misakazo kuvele ukuthi ingase ivalwe yinhlangano ephethe ezokusakaza kuleli...
USEDLULILE emhlabeni umlingisi wakuleli u-Andile Gumbi obekwi-coma esibhedlela sasenhlokodolobha yase-Israel, iJerusalem. U-Andile (36) ubese-Israel lapho abelingisa khona emdlalweni weshashalazi iDaniel The Musical ngesikhathi ehlaselwa yisifo senhliziyo ngoLwesibili ngeledlule....
USESHAYA ungqimphothe umdidiyeli wohlelo lwethelevishini olukhuluma ngempilo yomndeni yowayengumengameli wakuleli, uMnuz Jacob Zuma. ULegend Manqele utshele Isolezwe ngeSonto ukuthi lolu hlelo luzogxila kuphela kwingoduso kaZuma uNonkanyiso “La Conco” Conco, ephinde ibe ngumsakazi...
UZOCACA ngemuva komdlalo womkhaya weligi (Novemba 9) ukuthi ufefe olwenziwe yiPremier Soccer League (PSL) kwiKaizer Chiefs ngokuhlehlisa umdlalo wayo neChippa United lumsizile yini u-Ernst Middendorp noma lumandisele izinkinga. Amakhosi azodudulana nezimbangi zawo ezinkulu i-Orlando...
UMQEQESHI wamaBhokobhoko, uRassie Erasmus, uphakamise ifulegi elimhlophe ngokuqhubeka kwakhe nokubophela uWillie le Roux phezu kwemvunge ngokudlaliswa kwakhe. Lo mdali kubona ngisho ingane encane ukuthi wehlelwe yifomu ngendlela emangalisayo. ULe Roux ufakiwe esikimini esizoqala...
USEZINHLELWENI zokuthutha umndeni waseNomyele, eBhamshela, oshiselwe izimoto ezinhlanu ezincane ezithutha umphakathi kule ndawo ezishiswe ingoLwesithathu. Kwenzeka lokhu nje ngoMsombuluko ebusuku kudutshulwe kwabulawa abantu ababili abelusa izinkomo zalo mndeni okusolakala ukuthi...
OWAYENGUMENGAMELI wakuleli uMnuz Thabo Mbeki ukhumbuze iqembu eliphikisayo iDemocratic Alliance (DA) ngesigaba 9 somthethosisekelo esigqugquzela ubunye ezweni laseNingizimu Afrika. UMbeki ukusho lokhu esitatimendeni asikhiphe ngemva kokwesula esikhundleni naseqenjini kweMeya yaseGoli,...
NHLANGANO yabahleli bezindaba, iSA National Editors Forum (Sanef) ithe izoqhubeka nemizamo yokuhlangana ne-EFF namanye amaqembu ezepolitiki ngenhloso yokuthola indlela yokubonisana. Lokhu kulandele ukuchithwa kwesicelo seSanef yiNkantolo yezokuLingana ePitoli izolo kanjalo nezintatheli...
UMNDENI wowayeyisitobha seBafana Bafana ne-Orlando Pirates uSenzo Meyiwa unxuse uMengameli wakuleli uMnuz Cyril Ramaphosa noNgqongqoshe wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele ukuthi bangenelele ukuthola ukuthi kungani uphiko lwezokushushisa lungakwazi ukushushisa ekubulaweni kukaMeyiwa. Umndeni...
LUMI ngenhla usizi emndenini wabangu-33 eBismark, eDannhauser, okukhona nezingane ezingu-23, ohlala emzini wepulazi elidala. Izingane zakulo mndeni azinawo ngisho umfaniswano wesikole ngoba abazali abasebenzi. UNksz Thuli Zulu, ongomunye wamalungu alo mndeni, uthe uma sekulalwa yilowo...
| October 25, 2019 USHIYE igebe kwiDemocratic Alliance (DA) uMnuz Mmusi Maimane okhethe ukulaxaza isikhundla sakhe sokuhola leli qembu ngoLwesithathu ntambama. Akuyena kuphela osulile esikhundleni, nomunye umholi ongumngani wakhe obenguSihlalo weDA, uMnuz Athol Trollip, naye ushiyile...
Izindaba I-ANC KwaZulu-Natal yenza okucelwe nguNobhala Jikelele UNOBHALA we-ANC KwaZulu-Natal uMnuz Mdumiseni Ntuli uthe bamatasa nomsebenzi wokuhlanganisa amaqabane ukuze abumbane UNOBHALA we-ANC KwaZulu-Natal uMnuz Mdumiseni Ntuli uthe bamatasa nomsebenzi wokuhlanganisa amaqabane...
Petrol price for November: You guessed it – another increase on the way An improved performance from the rand and the Gulf returning from the edge of war still can't help us out with the forecast petrol price in November. All the basic indicators are suggesting that the...
7 Day Forecast Friday 13°C - 37°C Saturday 13°C - 30°C Sunday 16°C - 34°C Monday 13°C - 20°C Tuesday 11°C - 14°C Wednesday 10°C - 16°C Thursday 11°C - 16°C
Helen Zille is the acting leader of the DA until the party’s federal council can elect an interim leader to act until the next DA federal congress in April, the DA federal legal commission has decided. She holds the position because as chairperson of the party’s federal executive (a...
Gauteng police are searching for a taxi driver who allegedly assaulted multiple award-winning actress and musician Abigail Khubeka. The 70-something legend of SA screen and stage was allegedly assaulted earlier this month in Soweto, Johannesburg, but only laid a charge on...
RWC 2019: Semi-final line-ups SATURDAY, OCTOBER 26 England v New Zealand, Yokohama - 10:00 SUNDAY, OCTOBER 27 Wales v South Africa, Yokohama - 11:00
1. DIVISION 20:00 SuperSport United - Black Leopards 20:00 Cape Town City FC - Maritzburg United Saturday 15:30 Stellenbosch FC - Orlando Pirates 15:30 Lamontville Golden Arrows - Polokwane City 20:15 Highlands Park - Chippa United Sunday 1....
Mbeki's warning as DA scrambles: Don't shatter SA's dream of non-racialism 2019-10-24 19:51 Mmusi Maimane has announced his resignation as DA leader at a press conference in Bruma, Johannesburg, on Wednesday. "I have understood from the statements made by the various leaders of...
USEYIPHAKILE impi umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane oveze ukuthi akudingeki ukuba bahlule iKaizer Chiefs ukuze banqobe isicoco seligi. UPitso ubekhuluma emuva komdlalo we-Absa Premiership iDowns ishaya iHighlands Park ngo 1-0, okuyigoli elishaywe uMauricio Affonso...
SEKUVELE isizathu esenza umqeqeshi weCape Town City, uBenni McCarthy, adonsele ngaphandle omunye wadlali bakhe abagqamile, uKermit Erasmus, asekwenze kabili kule sizini bebhekene neKaizer Chiefs. Abanye abalandeli basala bekhexile uMcCarthy ekhipha u-Erasmus, owayewuhlupho kwizitobha...
LIFINYELELE kuzona zonke izikole KwaZulu-Natal ngaphandle kwezinkinga, iphepha lesiNgisi ebelibhalwa ngabafundi baka-matric izolo. Yize bekunezinsolo ebezisabalele ebeziveza ukuthi kuneqembu losomabhizinisi elisonga ngokuphazamisa ukuhanjiswa kwamaphepha ezikoleni kulesi sifundazwe,...
I-FNB izokwandisa amagatsha ayo UMNUZ Mike Vacy-Lyle oyisikhulu seFNB Business uthi bazoqhubeka nokuza nezinhlelo ezizothuthukisa osomabhizinisi abancane Isithombe: SITHUNYELWE UMNUZ Mike Vacy-Lyle oyisikhulu seFNB Business uthi bazoqhubeka nokuza nezinhlelo ezizothuthukisa...
| October 24, 2019 OBENGUMHOLI weDA uMnuz Mmusi Maimane usesulile ngokusemthethweni esikhundleni sokuba ilungu lalenhlangano ePhalamende. UMaimane umemezele ukusula kwakhe kukho konke okumhlanganisa neqembu kuTwitter. Lezi zindaba ziqinisekiswe ilungu elidala leDA. Lesi...
I-DA izalelwe yinja endlini futhi ingahle izithole isilahlekelwa yinqwaba yamavoti ikakhulukazi abamnyama. Lokhu kuvezwe ngabahlaziyi abazimele kulandela ukulaxaza isikhundla sokuhola iDA kukaMnuz Mmusi Maimane izolo ntambama. UMnuz Protas Madlala umhlaziyi ozimele, uthe lokhu okwenzekile...
‘Azokwehla amavoti eDA ngokushiya kwabaholi bayo’
Isambulo radio is an online based in Pietermaritzburg (kzn), mixed radio, indeed first online radio station in the city of Pietermaritzburg (city of choice) Miss Nonhlanhla Memela being help by Thembinkosi Vidima has became a first person to open an online radio station in Pietermaritzburg. The radio station established in July 2019, than started to operate on air in March 2020. Miss Memela from Bulwer area always her dream to own a business and helping people she use any opportunity she get, she worked at one of the biggest supermarket as a Manager she was managing, planning and train people. She worked for seven years and gain more experience about business and leadership skill. She is observing somebody easy to identify what people need. She believes in herself that nothing is impossible she can do anything as long she has a goal and passion. Mr Vidima from Snathing area in Pietermaritzburg. He grew up wanted to be a radio presenter. He yworked for six years at one of the local radio station as a technical producer and presenter gain a lot of experience from there. He has been more useful at Isambulo radio on a technical side and training. Radio station which is currently 20 volunteers who work from different departments in the station. Our motivation to open a radio station was to offer the opportunity to the youth to work in the broadcasting industry to gain a passion for it too. In the city there is only one radio community radio station and it is impossible for it to accommodate everyone who willing to be in radio industry. The biggest aim is not just train them for being in radio industry but also preparing them for being in working environment for their future jobs. We felt as a capital city and surroundings areas this is something that we really need, To